Wena okhanya amasi esiswini,
Nhlama eyaphelel' etsheni,
Nina enadla umuntu nimyenga ngendaba,
Sibi side esimajembelezana,
Sibi side esimaphandla esaphandl'abeNguni bavungama,
Eth' isabhudla yabuye yaphinda yabhudla Malala amahle,
Nina bakaSidaphudaphu ngokubadaphunela,